14/06/2026
UMTHOMBO OTHEMBEKILE uveza ukuthi khona ukungezwani Phakathi osekukhona phakathi Ku Ngizwe and Phakela umthakathi. iMashi ebihlelwe uNgizwe eJozini nabanye uPhakelumthakathi wabhala enkundleni yokuxhumana wathi akamenyiwe,kuvela ukuthi inxabano isuke emvakokuba Kade kune March enkandla,lapho khona uNgizwe wazama ukudlala politics ye ANC amalunga enkatha enkandla amvukela.
Imibuzo eyabuzwa kuNgizwe ukuthi Kanti ama March ange politics noma angokuxoshwa kwama illegal foreigners? Zawuma emthumeni.
Okunye okususa inxabano ilena yokuthi uPhakelumthakathi ufuna Kube nemibhikisho mhlaka 4 November uNgizwe uyakuchitha lokho uthi asikho isidingo sokuphazamisa ukhetho.ama mashi awaqhubeke kodwa hhy ngokhetho.
SIYAZI ukuthi uNgizwe uyi ANC, umshosha phansi, uyayidlala politics uphinde azame ukuba neutral but kuyala. Siyazi futhi ukuthi u phakela umthakathi uyinkatha nakuba ezamile ekubonakaleni enkatheni kodwa naye akwenzayo kune politic Phakathi...... Umbuzo niqhathwa yini madoda inkatha, IFP noma ANC.
uJacinta Ngobese Zuma kuvela ukuthi yena akekho kulezinxabano zika PHAKELUMTHAKATHI noNgizwe.
Abake babeke ipolitik ecaleni umdlalo omhle uqhubeke, ngoba lama March awayidingi inhlese yezepolitic, balungise inxabano.
Zamo s Mthethwa